Uthisha wesifazane uvume elokulala nomfundi

2013-10-09 08:31

Mahikeng – Uthisha wesifazane ofundisa esikoleni iMahikeng High School, usevume ngowakhe ukuthi waya ocansini nomfundi wesilisa osemncane, belala emzini wakhe oseDenville, kusho izindaba zakwa-SABC. 

UGeraldine Sheldonake uvele ngaphambi kweNkantolo yesiFunda eMmabatho, ngoLwesibili.

Umfundi wethule ubufakazi wavuma ukuthi waya ocansini izikhathi eziningi nothisha wakhe, belala eKapa naseMmabatho.

Uveze ukuthi waqala ukulala nothisha eseneminyaka engu-16 ubudala, uthi wayedizelwa ngezipho nangemali.

Kubhekeke ukuthi inkantolo ikhiphe isinqumo kulo leli sonto.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
14 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Sunny. Mild. PE: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...