Uthi ukhathazekile uGraça Machel

2012-12-11 07:41

Johannesburg - Unkosikazi waloyo owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, uthi kubuhlungu ukubona impilo yomyeni wakhe iya ngokuya iba yimbi.

UGraça Machel usho lokhu ekhuluma nabezindaba ze-eNCA, wathi kubuhlungu ukubuka utata eya ephela emehlweni akhe.

UMadiba usagcinwe esibhedlela, kusukela angena ngoMgqibelo.

Umbiko kahulumeni uthi utata uyahlolwa njengokwejwayelekile, kanti abantu akudingekile babe nokwethuka.

NgoMsombuluko uNgqongqoshe woMnyango wezokuVikela uNosiviwe Mapisa-Nqakula ume wakhuluma nabezindaba, ngaphandle kwesibheslela soMbutho i-1 Military Hospital, ePitoli, wathi utata uqhuba kangcono.

NgeSonto ekuseni, uMengameli wezwe uJacob Zuma uhambele uMandela esibhedlela wathi umfice esesimweni esigculisayo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UMadonsela uthi wesabela impilo yakhe

Emizuzwini eyi-38 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-22°C Sunny. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 8-18°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...