Uthelekile obeboshwe eSudan

2012-05-22 16:27

Johannesburg - Uthelekile esikhumulweni sezindiza i-O.R. Tambo owakuleli obeboshwe ezweni laseSudan kanye nabanye abathathu, kusho imibiko yabe-Eyewitness News ngoLwesibili.

UThabo Siavhe kanye nabanye abathathu baboshwa ngesikhathi beqhuba umsebenzi weNhlangano yeZizwe.

Efika eGoli uhlangatshezwe ngumkakhe nendodana.

Ngemuva kokuhlala amasonto amathathu esitokisini, laba badedelwe ngoMgqibelo.

ISudan ibisola la madoda ngokungena emngceleni kawoyela ngokungemthetho.

Badedelwe ngemuva komhlangano obe phakathi kwaloyo owabe enguMengameli kuleli uThabo Mbeki noMengameli waseSudan u-Omar Hassan al-Bashir.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-25°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 14-20°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-22°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Dbn: 19-25°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. PE: 17-21°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...