Usuka kude nempilo uPolela

2011-09-28 11:30
Okhulumela oKlebe, uMcIntosh Polela. (Tumelo Leburu, Drum)

Okhulumela oKlebe, uMcIntosh Polela. (Tumelo Leburu, Drum)

Johannesburg - Lowo esijwayele ukumbona ediniwe enolaka kuthelevishini ethembisa ukuthathele izinyathelo ezinqala izigebengu ezisezingeni eliphezulu.

Kodwa okhulumela oKlebe uMcIntosh Polela akalwi nobugebengu obunqala kuphela – naye futhi uyindoda ephukile emoyeni echithe isikhathi esiningi sempilo yayo ezama ukulungisa impilo yayo.

Kodwa manje le ndoda emfushane nenomzimba oqinile ikhethe ukugonyluka ngempilo yakhe yangaphambilini ngokusizekela ngodaba lwempilo encwadini ethinta inhliziyo, esihloko sithi My Father, My Monster.

Usizi akhula ngalo lukhombisa ukuthi le nsizwa eneminyaka engu-34 ubudala izimisele ukukhombisa uhlangothi lwayo lomunyu.

Uhlezi eduzane kwengodusi yakhe uTebogo Theledi, 30, nosebenzela uMnyango wezokuThuthukiswa koMnotho eGauteng, kwangathi amandla uwathatha kuyena.

"Ngesikhathi ngivela ngikhulumele oKlebe noma amaphoyisa, ngisuke ngiphethe, kodwa lapho ngisuke ngisemsebenzini wami,” esho.

Le ndaba ungayithola yonke kwi-Drum.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- Drum

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Afternoon clouds. Warm. Pta: 15-28°C Mostly sunny. Warm.
Jhb: 12-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 14-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Dbn: 19-24°C Rain showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 17-22°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...