Usinde ngokulambisa edunwa

2012-06-05 15:10

Johannesburg - Owesilisa oneminyaka engu-28 ubudala ubonga abakubo ngokumsindia engozini yokudunwa kwemoto yakhe esehlakalweni esenzeke eGlenvista, eGauteng, kusho amaphoyisa.

"Ngesikhathi ephuma emotweni, amadoda amane azame kukumduna imoto," kusho okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Kay Makhubele.

Kube sekudutshulwana abaduni bagcina ngokubaleka, indoda lena iphume ingenamyocu kwasala phansi amagobolondo ezinhlamvu angu-9.

Kwesinye isehlakalo amaphoyisa athole imoto yohlobo lweBMW, inomuntu phakathi edutshulwe esifubeni.

Kumanje kufuna abasolwa


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

'Bayanda abehlisa umthwalo wamabele'

Emizuzwini eyi-32 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 13-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-23°C High level clouds. Mild. Bloem: 9-17°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 12-16°C Rain showers. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...