Ushone ezama ukugibela esitimeleni

2012-07-27 10:01

Johannesburg - Abahambisi bosizo oluphuthumayo bathi sekushone indoda ngemuva kokushayiswa yisitimela eStrand, ngaphandle kwaseKapa, esifundazweni iWestern Cape.

Okhulumela abakwa-ER 24 u-Andre Visser uthe indoda lena ishone ngesikhathi izama ukugxumela esitimeleni ngoLwesine ebusuku.

"Umufi uzame ukugibela isitimela ekade sesimshiya, ube esewa wawukeka ngaphansi kuso," kusho uVisser.

Ushonele endaweni yesehlakalo.


 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C Rain showers. Decreasing cloudiness. Cool. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-24°C Sunny. Mild. Bloem: 9-25°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-32°C Sunny. Warm. PE: 13-19°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...