Usesiqalile isigwebo sakhe uMalatsi

2012-11-19 16:31

Johannesburg - Owabe engusopolitiki uDavid Malatsi uzinikele ejele iWitbank Prison, eMalahleni, ngenhloso yokuyoqala isigwebo sakhe seminyaka emihlanu, kusho abezamajele ngoMsombuluko.

"UMalatsi uzinikele ejele ekuseni ngezithuba zawo:08:30.Usesiqalile isigwebo sakhe,” kusho okhulumela ezamajele uKoos Gerber.

UGerber akachazanga ukuthi kungani uMalatsi engazinikelanga ngoLwesihlanu, njengoba kwakulindelekile.

UMalatsi uzodonsa iminyaka emihlanu mayelana necala lenkohlakalo, lokhu kulandela ukuthi iNkantolo eNKulu eKapa yachitha isicelo sakhe sokwedlulisa isigwebo.

Ngenyanga ka-Okthoba ngonyaka ka-2006, uMalatsi walahlwa yicala lenkohlakalo, kuthiwa wamukela isamba esingu-R100 000, egwazelwa.
 




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

ISes'khona ayizami ukucosha amaphuzu

Emizuzwini eyi-41 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-15°C Sunny. Cool. Bloem: -1-19°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-23°C Morning clouds. Mild. PE: 8-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...