Indoda yaseKapa, ivele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseKhayelitsha, mayelana necala lokubulawa kwentombazanyana eneminyaka emihlanu ubudala.
Uhulumeni waseNepal useshintshe ukwenza, wanika abantu bezwe igunya lokuthi bafihle ubulili babo uma bethanda.
Usesimweni esibhucayo umlisa ohlaselwe wushaka eFish Hoek, ngaseKapa. (Lynn D, News24 User)
Johannesburg - Inhlangano iNational Sea Rescue Institute ithe kumbulwa kwembeswa kowesilisa ohlaselwe wushaka ebhukuda olwandle oluseFish Hoek, ngaseKapa, ngoLwesithathu."Sithole ucingo olusazisa ngokuthi owesilisa osevuthiwe ulunywe wushaka," kusho okhulumela le nhlangano uCraig Lambinon.Lo mlisa uthole usizo kwabezimo eziphuthumayo kanjalo neNSRI ngaphambi kokuthi aphuthunyiswe esibhedlela.– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
- SAPA
UMnyango wezeMpilo esifundazweni e-Eastern Cape, uyapatanisa ukuzama ukuhlinzeka iziguli ze-HIV neTB, ngemishanguzo, kusho inhlangano engekho ngaphansi kukahulumeni.
Isiboshwa esidonse iminyaka eyishumi ejele laseWestville, eThekwini, sizothola ukuphefumula ngoLwesithathu, uma sidedelwa, njengoba sekuvele ukuthi saqanjelwa amanga.
Amaphoyisa ayegade emayini yaseLonmin, eMarikana, ahlaselwa ngabavukuzi ababesesitelekeni, kusho ubufakazi obethulwe ngaphambi kweKhomishana kaFarlam.
Bellville - 06:47:41 AM ACCIDENT on the side of the carriageway at the Durban Road exit - DELAYS from the R300 Highway Interchange Ezinye zasemigwaqeni
- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela IzindabaNews24 kuTwitter