Usesibhedlela owesifazane owe entabeni

2013-01-02 07:16

Durban - Owesifazane waseThekwini oneminyaka engu- 41 ubudala, usinde kukubi ewa esuka eweni eliphakeme ngo-30m, eChatsworth.

Abahambisa usizo oluphuthumayo bathi lona wesifazane uyelashwa esibhedlela sendawo.

“Abatakuli basebenze kanzima bezama ukusiza lona wesifazane ebebezama ukumbuyisela phezulu egqumeni awe kulo. Ungeniswe esibhedlela kukubi,” kusho okhulumela abakwaNetcare 911 uSanti Steinmann.

Ayikakabi khona imininingwano ngalokho okuholele ekwenzekeni kwengozi, kusho uSteinman. 
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Morning clouds. Mild. Pta: 18-25°C Passing showers. Partly sunny. Mild.
Jhb: 15-20°C Showery. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 16-19°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Mild.
Dbn: 20-21°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 17-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...