Usephinde wasala futhi uCele

2012-11-20 10:00

Durban - Lowo owayengukhomishana wamaphoyisa uBheki Cele akazange aqokwe yigatsha lakhe laseLamontville, eThekwini ukuthi abe yingxenye yekomidi eliphezulu likazwelonke ku-ANC, kubika iphephandaba iThe Witness ngoLwesine.

Umhlangano wenzeke ngeSonto ngemuva kokuhluleka kabili ukuhlangana ngenxa yokukhala ngamavoti akhwatshaniswayo.

UCele walaxazwa futhi yisifunda saseThekwini kulandela ukuqubuka kwezinsolo zokuthi ukhankasela labo abamelene noMengameli Jacob Zuma.

Lowo okhulumela uCele, uVuyo Mkhize, uthe uCele uyamukele imiphumela yasegatsheni nasesifundeni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-19°C Sunny. Cool. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-23°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 15-24°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 19-24°C Rain late. Afternoon clouds. Mild. PE: 16-21°C Rain showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...