Usengeniswe esibhedlela uBlade Nzimande

2012-06-06 07:49

Johannesburg - Sekudingike ukuthi angeniswe esibhedlela ngokushesha uNgqongqoshe wezeMfundo emazingeni aphakeme uBlade Nzimande, kulandela ukuxinwa wumkhuhlane, kubika abezindaba zakwaSABC.

Umkhulumeli wakhe uVuyelwa Qinga, ukuqinisekisile ukungeniswa kukaNzimande esibhedlela.

Ungqongqoshe kuthiwa uzodedelwa maduzane, odokotela bamlayeze ukuthi athi ukuthatha ikhefu kancane ngaphambi kokubuyela emsebenzini.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

I-EFF nayo isikhale ngoMbete

2014-09-16 18:40
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-31°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-26°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 14-30°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-28°C High level clouds. Warm. PE: 16-23°C Light rain late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...