Uqhuba kahle uMandela - Ungqongqoshe

2012-12-10 16:53

Johannesburg - Owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, uqhuba kahle kakhulu esibhedlela alaliswe kuso,” kusho uMnyango wezokuVikela ngoMsombuluko.

UNgqongqoshe uNosiviwe Mapisa-Nqakula ume wakhuluma nabezindaba, ngaphandle kwesibheslela soMbutho i-1 Military Hospital, ePitoli.

UMandela, 94, impilo yakhe yaqala ukuba ntekenteke kusukela ngo-2011.

"Uqhuba kahle kakhulu," kusho ungqongqoshe

"Kubalulekile ukuthi sikhuleke futhi udaba singaluthatheli phezulu."

IHhovisi likaMengameli nalo likhiphe umbiko lisho ukuthi utata, usesimweni esikahle esibhedlela.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 16-26°C Showers early. Partly sunny. Warm.
Jhb: 15-22°C Heavy rain. Afternoon clouds. Mild. Bloem: 6-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-22°C Drizzle. Morning clouds. Mild. PE: 11-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...