Uqhuba kahle uMandela

2013-01-04 13:07
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Umzukulu waloyo owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, uthi uTata uqhuba kahle kakhulu empilweni, kubika i-Eyewitness News.

UMadiba  uyalulama ngemuva kokuhlala esibhedlela amasonto amathathu egulisa isifo esihlobene namaphaphu, uthole ukuhlinzwa ngodokotela.

UMandla Mandela utshele abezindaba ze-AFP  wathi umkhulu wakhe uyalulama, wase ebonga abantu baseNingizimu Afrika ngokumbeka emikhulekweni.

Ngesonto eledlule omunye umzukulu uZenani Mandela-Dlamini, naye wancoma ukululama kukaMadiba




 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 12-23°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 10-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 13-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...