Ungozimakhaza uMandela

2012-12-12 16:25

Johannesburg - Owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela ungozimakhaza esibhedlela i-1 Military Hospital, kusho iHhovisi likaMengameli ngoLwesithathu.

UMadiba uzolala usuku lwakhe lwesihlanu esibhedlela, ngoLwesibili kukhishwe imibiko ethi unenkinga emaphashini kanti useqalile ukwelashwa.

"Odokotela baqinisekise ukuthi imithi uyamukela ngendlela, bagculisekile ngesimo sakhe,” kusho okhulumela umengameli, uMac Maharaj.

UMandela, 94, waphuthunyiswa esibhedlela ePitoli, esuka emzini wakhe oseQunu, e-Eastern Cape, ngoMgqibelo.

"Siyacela abantu baqhubeke nokuhlonipha umndeni wakwaMandela, ngalesi sikhathi,” kusho uMaharaj


 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone umuntu engozini eKZN

2014-12-22 18:06
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-29°C a few showers. Mostly cloudy. Warm.
Jhb: 15-24°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 17-29°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 18-32°C Tstorms late. Morning clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...