Unenkinga emaphashini uMandela

2012-12-11 12:30

Johannesburg - Owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela ulele esibhedlela nje, uguliswa inkinga esemaphashini akhe, kusho umbiko ophuma eHhovisi likaMengameli ngoLwesibili.

"Odokotela sebeqedile ukumhlola. Kuvele ukuthi unenkinga emaphashini, uMadiba usevele uqalile uthola ukwelashelwa le nkinga, uyamukela ngendlela imithi yodokotela," kusho isitatimende seHhovisi likaMengameli.

"UMengameli uJacob Zuma udlulisa amazwi okubonga kubantu bonke baseNingizimu Afrika, abaqhubeka nokweseka umndeni wakwaMandela, ngalesi sikhathi."

Lolu wusuku lwesine utata elaliswe esibhedlela, unkosikazi wakhe uGraca Machel, utshele abezindaba wathi kumphatha kambi ukubona umyeni wakhe ekulesi simo akuso.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuhlehliswe icala umsolwa ebambekile

Emizuzwini eyi-10 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Showers late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Sunny. Warm. Bloem: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C More clouds than sun. Mild. PE: 15-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...