Umsolwa 'akakulungele ukuhamba icala'

2013-02-13 10:02
Yabelani Shicilela

Durban - INkantolo yeMantshi yaseMtunzini isiphakamise ukuthi akekho esimweni esikhale ngokomqondo ukuba ahambe icala umfana, 15, osolwa ngokudlwengula intombazane, 8, ngo-Ephreli wonyaka odlule.

Umfana, nohlolwe ngodokotela abathathu bengqondo, uzongeniswa esikhungweni sezengqondo, kusho uNatasha Ramkisson, -okhulumela iNational Prosecuting Authority KwaZulu-Natal.

Umfana usolwa ngokudlwengula le ngane emasimini omoba, wayikhipha iso, wayiluma entanyeni wayishiya ethi ishonile.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-20°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 13-27°C Sunny. Warm. PE: 13-23°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...