Umonakalo kuhlasela isishingishane eGoli

2014-11-25 07:59

Johannesburg - Kucekeleke phansi uphahla lwezindlu eProtea Glen, eSoweto, ngoMsombuluko ntambama ngesikhathi kuhlasela isishingishane esinamandla, kusho amaphoyisa aseGauteng.

"Bekungakabikwa muntu olimele kulesi sehlakalo (ngoMsombuluko),” kusho uKay Makhubela.

"Kucekeleke phansi uphahla lwezindlu nje kuphela,” usho kanje.

Funda nalolu daba: Kulimale 26 kwehla ingozi eMtshezi.

Uthe kungenzeka ukuba zingaphezulu kwezingu-20 izindlu ezicekeleke phansi ngenxa yesiphepho esinamandla.

Isangoma sezulu sakwaWeather SA uVanetia Phakula uthe abanaso isiqiniseko sokuthi yisishingishane esihlasele eProtea Glen.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 13-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 10-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-27°C Sunny. Warm. PE: 14-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...