Umlisa ubulale inkosikazi yakhe ngephutha

2011-04-14 09:34
Yabelani Shicilela

Pietermaritzburg – Umlisa oneminyaka engu 35 usejele emuva kokubulala inkosikazi yakhe ebikhulelwe ngephutha eHilton ngoLwesithathu.

Kukholwa ukuthi lomlisa utshele amaphoyisa nomndeni wakhe ukuthi udubule inkosokazi yakhe, eneminyaka engu 34, esifubeni ngephutha.

Lomwesifazane ushone esibhedlele seMedi-Clinic Mgungundlovu.

Lesigameko senzeke kwikhaya labo ngo 01:30 eWeir Drive, eHilton Gardens.

- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-17°C Sunny. Mild. Bloem: 7-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 15-22°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Cool. PE: 11-19°C Heavy rain. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...