Umlimi udlelwe izingulube zakhe ngoba engasokile

2014-07-16 16:09

Limpopo - Amaphoyisa aseLimpopo awazange ayiqinisekise imibiko yangoLwesithathu ethi abantu besikole sokusoka bantshontshele umlimi waseLimpopo izingulube ezingu-20 ngoba engasokile ,kubike iSowetanlive ngoLwesithathu.

"Okwamanje, esingakuqinisekisa ukuthi amaphoyisa aphenya  ngecala lokweba imfuyo,” kusho okhulumela amaphoyisa uColonel Ronel Otto.

"Umnikazi wepulazi wathi ngoJuni 23 kwafika abantu lapho egcina khona izingulube zakhe bathatha izingulube. Uphenyo luyaqhubeka.

Iphephandaba iThe New Age ngoLwesithathu libike ukuthi uMafole Machika, 57, uthe izingulube zakhe zebiwa abantu besikole sokusoka esiseJane Furse.

"Abantu abagasela emagcekeni ami babephethe izinduku, yizagila nezimbazo,” usho kanje.  



– 
"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Sunny. Mild. Pta: 7-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-20°C a few showers. Morning clouds. Cool. PE: 11-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...