Umkhandlu wezikole uncome i-ANC

2013-02-06 08:21

Johannesburg - INational Congress of School Governing Bodies (NCSGB) usamukele isiphakamiso se-ANC sokuthi ukufunda kube ngeminye yemisebenzi ebucayi.

Kuphume enkomfeni yemigomo ngonyaka odlule ukuthi uhulumeni kumele abheke ekutheni imfundo yenziwe eminye yemisebenzi ebucayi, kusho uNobhala Jikelele we-NCSGB uMonokoane Hlobo.

"Lesi siphakamiso sanikezelwa eqenjini elibusayo ngesikhathi libambe inkomfa kazwelonke nyakenye," esho.

"Sicabanga ukuthi lolu daba kumele kudingidwe ngalo nabathintekayo kwezemfundo. Siyaziqhenya ngokuthi isiphakamiso sethu sigcine sithole ukunakwa yiqembu elibusayo."

I-ANC imemezele ukuthi izoqinisekisa ukuthi ezemfundo zenziwa eminye yemisebenzi ebucayi, nokuchaza ukuthi othisha ngeke basavumeleka ukungena ezitelekeni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushe ihholo lomphakathi eKapa

Emizuzwini eyi-0 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Showers late. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 15-19°C Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...