Umholi we-IFP ungeniswe esibhedlela

2011-09-09 12:09

Durban - Iqembu iNkatha Freedom Party lithe umholi walo, uMangosuthu Buthelezi ungeniswe esibhedlela esiseMpangeni, KwaZulu-Natal

"Odokotela banqume ukuthi bamlalise eMpangeni Garden Clinic ukuze athole ukuphumula akudingayo," kusho okhulumela uButhelezi uLiezl van der Merwe.

Odokotela bazwakalise ukukhathazeka ngoButhelezi ngenxa yokuthi usebenza ngokuzikhandla.

"Kuyaziwa ukuthi uButhelezi akaze athathe ikhefu cishe iminyaka eyishumi manje kanti futhi usebenza ngokukhulu ukuzikhandla."

Lo mholi akaze athathe ikhefu emuva kokhetho lohulumeni basekhaya ngoMeyi 18.

"UButhelezi uzwakalise ukuphoxeka ngokungakwazi ukuphumelela emhlangeni, nozoba sesigodlweni seSilo samaBandla ngoMgqibelo, ukuyodlala indima yakhe njengondunankulu wezomdabu."

UMkhosi woMhlanga wenzeka njalo ngonyaka eNyokeni.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Yekani ukugxambukela - Muthambi

Emizuzwini eyi-41 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-29°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-23°C Morning clouds. Mild. PE: 15-23°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...