Umfundisi wakhala amaphepha nemali

2013-02-22 12:04
Yabelani Shicilela

Cape Town - Usathungathwa imini nobusuku umfundisi osolwa ngenkohlakalo ephathelene nezindlu, nekuthiwa wanyamalala no-R56 000, kusho amaphoyisa aseWestern Cape.

ULieutanent Colonel Norman Joseph uthe le ndoda, 44, edume kakhulu eRetreat naseSteenberg, ifunwa mayelana namacala angu-11 okukhwabanisa.

Uthe abantu bayisola ngokuthatha imali eyisibambiso yabantu abebefuna ukuthenga imizi.

Ubengumnikazi weBethesda Real Estate ngaleso sikhathi.

"Kuthiwa ubethatha abamangali ayobatshengisa izindlu bese ebayisa ebhange ukuba bayofaka idiphozithi, kepha ifakwe ku-akhawunti yakhe yasebhange hhayi kweyebhizinisi."


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C Partly cloudy. Cool. Pta: 6-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-24°C Sunny. Mild. PE: 11-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...