Umehlokaboni kozompimpa abantshontshe amapeni

2013-01-31 16:42

Johannesburg - Kwebiwe amapeni angu-17 ahlotshiswe ngedayimane, nangaba yisamba sika-R20 million, akade ebekwe emzini othile oseNanda, eSandton.

Umnikazi wamapeni usecele umphakathi waseNingizimu Afrika ukuthi umsize awathole.

Amapeni ahlotshiswe ngegolide nedayimane, ebiwe ngoLwesibili, kusho okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini.

"Kukholakala ukuthi abaphangi bangene ngewindi base beba la mapeni. Kwebiwe wona wodwa.”

Umnikazi wamapeni uthi kunesamba esikhulu semali ezotholwa yiloyo ongasiza kubuye amapeni akhe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-25°C Sunny. Mild. Pta: 19-30°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. Bloem: 15-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-22°C Cloudy. Cool. PE: 15-19°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...