Umdlwenguli ugixabezwe ngodilikajele abangu-17

2012-05-18 08:33
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Owesilisa owatholakala enecala lokudlwengula abesifazane abangu-11 nentombazane, 12, ugixabezwe ngodilikajele abangu-17 ebhadla ejele eNkantolo eNkulu yaseGoli, kubika iThe Star ngoLwesihlanu.

UJazzman Rikhotso, 31, nowethiwa ele-Avalon Cemetery Rapist, uzozidonsa kanye kanye lezi zigwebo.

URikhotso uphinde wagwetshwa ngoLwesine ngezinye izinsolo, okubalwa iminyaka emithathu ngokuthumba nengu-15 ngokuphanga.

UJaji Colin Lamont usigxeke kakhulu isenzo sikaRikhotso sokudlwengula owesifazane phambi kwengane yakhe.

"Umsolwa abengenazwelo njengoba ebedlwengula kwasani ephambi kwakhe. Ezinye izisulu zadlwengulwa phambi kwamalungu omndeni."


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-21°C Sunny. Mild. Pta: 11-21°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Jhb: 9-16°C Showers late. Mostly cloudy. Cool. Bloem: 8-19°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 14-22°C Morning clouds. Cool. PE: 9-20°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...