Umama uvume elokubulala ingane

2013-02-21 08:17

Pietermaritzburg - Owesifazane, 29, uzivumele ngowakhe eNkantolo yeMantshi yaseMgungundlovu ukuthi unklinye wabulala ingane yakhe ethi naye uzozibulala, kepha waphazamiseka.

UNozipho Precious Maphanga, waseMbali, utshele iMantshi Ashin Singh ukuthi uzimisele ngokulivuma icala lokubulala indodana yakhe, u-Owami Maphanga, nobenezinyanga ezingu-16 ubudala, eWillowfountain ngeSonto.

UMaphanga ube esecela inkantolo ukuba imfunele ummeli woMbuso.

Uxwayiswe ngokuthi akaphoqelekile ukutshela inkantolo ukuthi kwenzakalani ngosuku lwesigameko, kodwa yena uthe ukhetha ukusho.

“Benginenkinga ngingahleli kahle ekhaya, ngaxoshwa. Bengifuna ukuzibulala nengane yami, kodwa ngithe sengizozibulala kwafika ingane yami endala yangiphazamisa sengilubulele usana lwami," esho.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usekhulumile uPastor Zondo

2015-01-25 14:09
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Morning clouds. Cool. Pta: 19-33°C Rain early. More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-27°C Showers early. Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 19-30°C Light rain early. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-32°C Morning clouds. Warm. PE: 19-24°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...