Umama kwelokubulala usana

2013-02-20 10:06
Yabelani Shicilela

Durban - Owesifazane, 29, uboshelwe icala lokubulala ngemuva kwezinsolo ezithi uklinye wabulala ingane yakhe ebinezinyanga ezingu-16 ubudala.

Kuthiwa ube esefaka isidumbu sengane kuplastiki wase eyosilahla ngasemfuleni iWillowfountain, eMbali.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Joey Jeevan uthe: “Kusolakala ukuthi ngeSonto umuntu obedlula ngendlela nguye ubone uplastiki osolisayo wase eyawuvula wathola isidumbu sengane, wazisa amaphoyisa.”

Abaseshi basePlessislaer babophe owesifazane waseMbali e-Unit BB ngoMsombuluko.


 

  - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- The Witness

Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 8-19°C Sunny. Mild. Bloem: 7-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-27°C Sunny. Pleasantly warm. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...