Ululama kahle uMandela - Umbiko

2013-01-02 15:07
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Uqhuba kahle kakhulu ekululameleni ekhaya owabe enguMengameli uNelson Mandela, kusho iHhovisi likaMengameli ngoLwesithathu.

“Akukho okutheni esesike sakwamukela kuvela ngakodokotela. Sikholwa wukuthi konke kuhamba ngendlela. Welulama kahle uTata,,” kusho okhulumela umengameli uMac maharaj.

UMadiba welashelwa ekhaya lakhe eliseHoughton, eGoli, ngemuva kokudedelwa esibhedlela ngasekupheleni kwenyanga kaDisemba.

Waphuthunyiswa esibhedlela eGoli, esuka ekhaya lakhe eliseQunu, ngesikhathi exinwa wukugula, mhlaka-8 Disemba.

Odokotela bathola ukuthi unenkinga emaphashini, inkinga lena kuthiwa ingumphumela wesifo sofuba esamhlasela ngesikhathi edonsa ejele iminyaka engu-27.




 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...