Ulawulekile umlilo eTable Mountain

2012-12-05 07:46

Johannesburg - Izicishamlilo zikwazile ukulawula umlilo obusha ubuhanguhangu eTable Mountain ngoLwesithathu ekuseni, eKapa, kusho ithimba elisebenza ngezinhlekelele kulo mkhandlu.

Izicishamlilo zisasendaweni yesigameko, kusho okhulumela leli thimba uTheo Lane.

"Lo mlilo uqale ngezithuba zawo-01:00 kanti okwamanje akukacaci ukuthi udalwe yini," kuqhuba uLane.

Kuthiwa uqale ngaseDeer Park, eVredehoek.

Izangoma zezulu zixwayise ngemililo eminingi yalolu hlobo ngenxa yomoya onamandla.


 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C Sunny. Mild. Pta: 12-25°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-20°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 5-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 12-24°C Morning clouds. Mild. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...