Ulahlwe elokubulala usana lwakhe

2012-11-21 08:33

Cape Town - Owesifazane waseKapa ulahlwe yicala lokubulala usana lwakhe obelusanda kuzalwa nokufihla ukushona kwalo, kusho umbiko weCape Argus ngoLwesithathu.

ULumka Jordan uvumile eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ukuthi wabulala usana lwakhe lomfana ngokulunquma ikhanda ngesikhali esicijile okhakhayini.

Uthi wase elulahla lapho kuntshingwa khona udoti ePhilippi.

Isinqumo ngaleli cala sikhishwe ngoLwesibili.

Ngokombiko, lolu daba luzoqala ngoDisemba 6 ukuze kuqale amalungiselelo esigwebo.

Ummeli wowesifazane uzokwethula umbiko kadokotela wezengqondo.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 3-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 11-23°C Morning clouds. Mild. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...