Ukwebiwa kwamakhebuli kuphazamisa izitimela

2011-11-29 16:40

Johannesburg - Inkampani yezitimela iMetrorail ithi imisebenzi "yezinyoka" yokweba amakhebuli yiyo edale ukubambezeleka kwezitimela kwezinye izingxenye zeGauteng ngoLwesibili.

La makhabuli kuthiwa ebiwe esiteshini eLerala e-East Rand ngezintatha, kusho okhulumela le nkampani uTony Games.

Izitimela ezihamba phakathi kwaseLerala naseTembisa, naphakath kwePitoli neGoli nazo ziphazamisekile.

"Siyazama ukulungisa le nkinga kanti sithembisa ngokuthi izitimela zizobuyela ohlelweni olujwayelekile," esho.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Showers late. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-28°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Sunny. Mild. Bloem: 3-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-17°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...