Ukushaqeka izinja zinikiza isidumbu sosana

2012-08-07 10:04
Yabelani Shicilela

Durban - Umnikazi womuzi uthuke kwaphela nasozwaneni ngesikhathi ethola izinja zakhe zibanga ukunikiza isidumbu sosana emzini oku-Ivy Street, eVerulam, enyakatho neTheku, kubika iDaily Sun.
 
Owenkampani yonogada uPrem Balram uthi bathole ucingo oluthi izinja zihudulele egcekeni lakhe isidumbu sosana.

“Sisitholile isidumbu. Isidumbu lesi besingasenazo izitho zomzimba kusuka esinqeni," kusho uBalram.

Izakhamuzi zikholelwa ekutheni lo mntwana ubulawe ngamakhaza kanti abanye bathi kungenzeka ukuthi le ngane ibulawe yizinja.

UBalram uthe akuqinisekiswanga ukuthi ingane ingeyabuphi ubuhlanga, ubulili nobudala.

Kuqhubeka uphenyo.

 

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

 - Thola ezinye izindaba zeDaily Sun kumakhalekhukhwini wakho

 - Thola izindaba zeDaily Sun kuFacebook

- Daily Sun

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...