Ukhala uyazithulisa oshayise wabulala usana

2013-01-07 06:56
Yabelani Shicilela

Welkom - Ukhala uyazithulisa umama waseFree State oshayise ngemoto wabulala usana lwakhe olunezinyanga ezingu-15 ubudala.

UMarilize Terblanche, 26, ufonele umyeni wakhe uGeorge (obesendlini), engakwazi nokukhuluma ethi: “George, sengishayise ngabulala umntanami,” kusho umbiko wephephandaba iRapport.

Umyeni uphumele phandle wafica ingane ilele phansi isishonile.

“UMarilize uqukule u-Erica, obevele eseshonile wamgona wakhala kuye,” kusho ubaba wengane.

UTerblanche uthi umkakhe usebaleke washiya ikhaya wayohlala emzini, nabanye abantwana bakhe ababili uMonique, 8, noRuan, 4.

Uthi unkosikazi usephinde yaduba nemoto yakhe.  



 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- Rapport

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 14-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...