Ukhala ezimathonsi owebelwe imiyeko

2013-01-29 14:17

Johannesburg - Indoda yaseZimbabwe ihlangabezane nomshophi wokugetshengwa imiyeko (dreadlocks) yayo endaweni yokuzijuxuza eGoli, njengoba kuthiwa isiyinyama kulezi zinsuku, kusho umbiko ngoLwesibili.

Iphephandaba iThe Times lithe uMutsa Madonko usikwe imiyeko yakhe, aseyikhulise iminyaka eyishumi, esazibiza ngomdanso kule kilabhu eseGoli.

Abangani bakhe bamthole esequlekile – egundiwe ekhanda.

"Ngesikhathi simthola, ubesayiphethe iselula yakhe nesikhwama semali nemali iphelele," kusho umngani wakhe uJasper Munsinwa.

Imiyeko esuke ikhuliswe ngumuntu ingadayisa ngemali ephakathi kuka-R200 no-R2 500 kuya ngokuthi mide kangakanani, kubika iphephandaba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-27°C a few tstorms. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 14-21°C Passing showers. Partly sunny. Mild. Bloem: 14-22°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 20-29°C Rain late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Showers late. More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...