Ugwetshiwe owadlwengula umshana

2013-02-14 16:20

Durban - Indoda yaKwaZulu-Natal eneminyaka engu-52 ubudala, igwetshwe iminyaka engu-20 ibhadla ejele, ngemuva kokuthi ilahlwe yicala lokudlwengula umshana wayo oneminyaka engu-14 ubudala.

Lokhu kuvezwe ngabezindaba ze-Eyewitness News, ngoLwesine.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonela Jay Naicker, uthi indoda lena yaboshwa ngenyanga kaMashi ngonyaka odlule, ngemuva kokuthi ingane itshele umama wayo lonke udaba.

“Ingane yabe ilungiselela ukuya esikoleni, yangena egumbini likamalume ilande umfaniswano wayo. Wabe eseyibamba eyidlwengula."

Ingane yatshela unina owabe esebiza amaphoyisa, zamkhalela kanjalo.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Mild. Pta: 4-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Cool. Bloem: 1-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 9-26°C Sunny. Mild. PE: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...