Ugwetshiwe owadlwengula isitshudeni

2012-12-03 16:36

Johannesburg - Ligwetshwe iminyaka eyisishiyagalombili ejele, ibhungu eladlwengula isitshudeni sase-University of Zululand, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngoMsombuluko.

UMuziwandile Moses Zungu, 26, ulahlwe yicala lokudlwengula, wase egwetshwa eNkantolo yesiFunda eNgwelezane, kusho okhulumela amaphoyisa uCaptain Thulani Zwane.

Mhlaka-28 Febhuwari, umfundi oneminyaka engu-19 ubudala, wadlwengulwa nguZungu, engaphakathi emagcekeni enyuvesi.

"UZungu wazama ukushela kwathi uma engaqonywa wase edonsela intombazane kwelinye lamagumbi wafike wayidlwengula.” Kusho uZwane.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Morning clouds. Mild. Pta: 9-20°C More sun than clouds. Mild.
Jhb: 5-16°C Broken clouds. Cool. Bloem: 4-18°C High level clouds. Mild.
Dbn: 11-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 7-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...