Ugwetshiwe owabulala ngenxa yotshwala

2012-12-21 08:04

Humansdorp - Ugwetshwe iminyaka eyishumi ebhadla ejele owesilisa yiNkantolo yeMantshi yaseHumansdorp ngokubulala intombazane kubangwa utshwala, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

UNkululeko Yawa, 22, wagwaza intombazane, 15, ngoJuni, kusho uLieutenant Colonel Priscilla Naidu.

“Le ntombazane yayinomsolwa ngesikhathi kuqubuka ingxabano ngotshwala. UYawa wasola uNtshambi Ndabeni ngokweba utshwala."

Wabe esembhokoda ngommese washonela esibhedlela.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-33°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-27°C Morning clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 17-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 14-19°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...