Ugwazwe ebusweni kubangwa intombi

2012-07-10 14:08

Johannesburg - Kugwazwe kambi ngebhodlela owesilisa kuqubuka ingxabano kubangwa intombi eSoweto, eGoli, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uWarrant Officer Kay Makhubela uthe lona olimele ugwazwe inxeba elimbi ebusweni kusetshenziswa ibhodlela ebelifile.

"Kukholakala ukuthi umlisa mumbe lona ufike kubo kwentombi wayithola inomunye wesilisa kwase kuqala ingxabano."

Umsolwa usevalelwe ngamaphoyisa kanti uzovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseProtea ngoLwesithathu mayelana necala lokugwaza ngenhloso yokulimaza.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone 25 kugingqika ibhasi

2015-08-29 13:41
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-28°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-22°C More clouds than sun. Mild. PE: 14-16°C Light rain late. Mostly cloudy. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...