Uguquko ezitifiketini zokuzalwa zezingane

2013-01-31 16:49

Johannesburg - Omama bezingane bangalindela ushintsho ezitifiketini zokuzalwa zabantwana babo, kusukela ngenyanga kaMashi, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezaseKhaya uNaledi Pandor.

"Siyajabula ukwazisa abantu baseNingizimu Afrika ukuthi angeke zisakhishwa izitifiketi ezinemininingwano engaphelele, lokhu kuzoqala kusukela mhlaka-4 Mashi,” kusho ungqongqoshe.

"Izitifiketi ezizokhishwa zizokuba negama lengane, umama kanye nobaba wayo kanjalo nezinombolo zabo zomazisi.”

Phambilini uMnyango ubukhipha izitifiketi ezinegama likamama nengane kuphela, ebezithatha isikhathi esingamasonto ayisithupha kuphela ukwenziwa.

"Lolu shintsho luzosiza ekutheni sibe nesibalo esiqondile sabantu bakuleli, lokhu kuyizindlela zokuzama ukuqinisekisa ukuphepha.”
 






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Sunny. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-25°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-26°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Widely scattered tstorms. Afternoon clouds. Mild. PE: 15-20°C Passing showers. Decreasing cloudiness. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...