Ugubha olukuzalwa uPope Benedict XVI

2012-04-16 10:28

Vatican City - Uzohlanganisa iminyaka engu-85 azalwa uPope Benedict XVI. Akuzukuba khona migubho njengoba uPapa ezimisele ukubungaza lolu suku eyedwa nabomndeni wakhe kuphela.

"Angeke ibe khona imigubho eVatican. UPope ucele ukuba yedwa nabomndeni kuphela," kusho umkhulumeli wakhe uMonsignor Georg Gaenswein.

UGaenswein, ukhulume nebezindaba e-Italy wathi uMsombuluko okuwusuku lokuzalwa kukaPope uzokuba wusuku olwejwayelekile. UBenedict uchithe amasonto ambalwa eseMexico naseCuba egubha imigubho emgcwele.

UBenedict wathatha isikhundla sakhe ngonyaka ka 2005. Wazalwa enguJoseph Ratzinger, mhlaka 16 Ephreli 1927.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Cool. Pta: 14-26°C Tstorms late. Morning clouds. Warm.
Jhb: 12-23°C Showers late. Broken clouds. Mild. Bloem: 15-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-30°C Haze. Warm. PE: 14-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...