Ugixabezwe ngodilikajele umbulali eKZN

2012-11-12 08:34

Durban - INkantolo eNkulu ehlezi ePongola unikeze owesilisa udilikajele ngamacala amabili okubulala nokuzama ukubulala ngesigameko sokubulala esenzeka kwaNongoma.

UNdumiso Sikhakhane, 31, ugwetshwe ngoLwesine odilikajele ababili neminyaka engu-15 ngaphezulu ngendima ayidlala ekubulaweni kukaMholi Gabela, 24, noMduduzi Nkosi, 25.

Lowo asolwa naye, uSfiso Mnyandu, 26, walahlwa yicala wagwetshwa ngo-2007 eNkantolo eNkulu eMtubatuba.

Kulesi sigameko sangoJanuwari 2005, abasolwa bavulela ngemhlamvu bebulala uNkosi noGabela.

Owesithathu walimala kabi kulesi sigameko.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone umuntu engozini eKZN

2014-12-22 18:06
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-21°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-28°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 16-22°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 20-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-31°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...