Ugixabezwe ngodilikajele u'Facebook Rapist'

2012-08-16 11:36
Yabelani Shicilela

Cape Town - Lowo owalahlwa yicala ngaphambilini uThabo Bester nodume ngele"Facebook Rapist" ugwetshwe udilikajele eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape ngoLwesine.

UBester utholwe enecala lokubulala nokugebenga uNomfundo Tyhulu, 23, eKapa ngoSepthemba 2011.

Uphinde wagixabezwa ngeminye iminyaka engu-25 esejele ngokugebenga.

Lezi zigwebo zizoqala kanye kanye.

UMshushisi uSamantha Raphels utshele inkantolo ngoLwesibili ukuthi isenzo sikaBester siyatshengisa ukuthi wakuhlela kahle ukubulala ngakho kumele ajeze kanzima.

Ngphambilini uBester wagwetshwa iminyaka engu-50 ebhadla ejele ngokudlwengula nokugebenga amamodeli amabili eNkantolo eNkulu yaseThekwini.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-17°C Sunny. Mild. Bloem: 6-16°C Mostly sunny. Cool.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Passing showers. Clearing skies. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...