Ugixabezwe ngodilikajele owabulala uDewani

2012-12-05 11:48

Cape Town - INkantolo eNkulu yaseWestern Cape isigixabeze uXolile Mngeni ngesigwebo sikadilikajele ngemuva kokutholakala enecala lokubulala isivakashi u-Anni Dewani ngoLwesithathu.

Uphinde wagwetshwa iminyaka engu-15 ngokuphanga esebenzisa indluzula nemihlanu yokutholakala nesibhamu nezinhlamvu okungekho emthethweni.

IJaji uRobert Henney wamthola enala macala ngesonto eledlule.

UDewani, 28, wadutshulwa washona eGugulethu ngoNovember 2010, esigamekweni ekusolakala ukuthi senziwa sabukeka sengathi ubedunwa imoto.

Isidumbu sakhe satholakala ngosuku olulandelayo.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...