Ugixabezwe ngeminyaka engu-10 umdlwenguli

2012-02-23 07:30

Polokwane-  Umdlwenguli ugwetshwe iminyaka eyishumi esezikhindini yiNkantolo yeSifunda yaseMankweng, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoLwesithathu.

UPiet Malebele Makoga, 24, waseGaMothapo, ugwetshwe ngoLwesibili ngokudlwengula owesifazane, 20, ngoSepthemba 2010, kusho uConstable Moses Molepo.

Wahlasela lo wesifazane kubo emuva kokuthi emngenisile ngesikhathi ezenza isoka lakhe.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-20°C a few showers. More sun than clouds. Cool. Pta: 21-34°C More sun than clouds. Extremely hot.
Jhb: 19-29°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 18-34°C High level clouds. Extremely hot.
Dbn: 21-34°C a mixture of sun and clouds. Hot. PE: 18-25°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...