Ugcine ngokushona owavelelwa yingozi

2013-01-16 08:04

Johannesburg - Kushone indoda, 29, kulandela ukuthi yavelelwa yingozi engaqondakali ngesikhathi ibhukuda ngoSuku lukaNcibijane ePort Alfred, ngokusho kombiko ngoLwesithathu.

IHerald Online ibike ukuthi uLyall Beadon, noyindodana kathishanhloko wasePort Elizabeth, ubulawe yisifo senhliziyo ngoLwesibili ekuseni e-Aurora Hospital, ePort Elizabeth.

Walimala kabi ithambo elisemqaleni ngoJanuwari 1 ngemuva kokugxumela igagasi elamlahla esihlabathini, wabe esefa umzimba wonke, kusukela entanyeni.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Showers late. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-28°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 8-21°C Sunny. Mild. Bloem: 3-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 12-17°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...