Ufunwa uthuli osolwa ngokudlwengula

2012-06-19 07:49

Pietermaritzburg - Amaphoyisa acela noma ngabe ngubani ongaba nolwazi aphose itshe esivivaneni ngokuthungathwa kukaWonderboy Myeni, ofunwa ngohide lwamacala okudlwengula.

UMyeni, 36, usebenzisa amagama amaningi azibiza ngawo okubalwa elikaNjabulo Swazi noBongani Mkhasibe.

Amaphoyisa anxusa noma ngabe ngubani onolwazi ngoMyeni athinte umphenyi kuleli cala uDetective Warrant Officer Thamsanqa Richard Duma ku-033 398 9768 noma kumakhalekhukhwini wakhe ku-084 074 6369.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-21°C Sunny. Cool. Pta: 17-32°C Rain early. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-26°C Scattered showers. More sun than clouds. Warm. Bloem: 19-35°C Sunny. Extremely hot.
Dbn: 17-28°C Morning clouds. Warm. PE: 19-28°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...