Udubule unkosikazi wazidubula naye

2015-01-25 13:46

Johannebsurg - Umlisa wase-Eastern Cape udubule wabulala unkosikazi wakhe ngemuva kwalokhu wazidubula naye ngezithuba zasekuseni ngeSonto, kusho uColonel Mzukisi Fatyela.

Funda nalolu daba: Akwaziwa ngencwadi eyayigunyaza ukuboshwa kukaZuma.

Amaphoyisa athi ezwe kuthiwa lezi zithandani zibenengxabano ngaphambi kokuba umlisa oneminyaka engu-39 ubudala adubule unkosikazi wakhe oneminyaka engu-33 ubudala, wabe esezibulala naye, eNcambele, ngaseMthatha.

Amaphoyisa avule icala lokubulala kanti azokwenza uphenyo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubanjwe inkunzi abosizo lokuqala e-PE

Emizuzwini eyi-32 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 18-24°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...