Udokotela kwelokudlwengula iziguli

2013-01-04 08:59

Johannesburg- Uvele eNkantolo yesiFunda eThohoyandou udokotela osolwa ngokudlwengula abesifazane ababili ababeyiziguli zakhe.

Icala likaJustice Mulaudzi lizoqhubeka ngoLwesihlanu (namhlanje), kusho uBrigadier Hangwani Mulaudzi.

Udokotela kuthiwa wayelala neziguli ngenkani ethi lokho kuyingxenye yokwelashwa kwazo, ngemuva kokuthi owesifazane oyedwa evule icala, nomunye waphumela obala ngokudlwengulwa kwakhe.
 



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Heavy rain early. Morning clouds. Cool. Pta: 5-19°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool. Bloem: 5-17°C Scattered showers. Morning clouds. Mild.
Dbn: 15-27°C More sun than clouds. Mild. PE: 12-18°C Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...