Udokotela kwelokudlwengula eKZN

2012-09-14 08:36

Johannesburg - Kuboshwe udokotela, 25, ngezinsolo zokudlwengula enye indoda e-Estcourt, kusho amaphoyisa esifundazwe iKwaZulu-Natal.

Wamemela lo wesilisa, 21, ukuba bayophuza ngoLwesithathu, kuthiwa wamdakiswa wase emdlwengulela emzini wakhe oseMacfarlane Street, kusho uColonel Vincent Mdunge.

Kuthiwa isisulu saphaphamela kudokotela esidlwengula.

Sabe sesihamba kulo muzi sayobikela amaphoyisa.

Udokotela kulindeleke avele eNkantolo yeMantshi yase-Estcourt ngoLwesihlanu.

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kumiswe isikhulu sakwaSassa

Emizuzwini eyi-53 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Sunny. Mild. Pta: 15-26°C Scattered showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-21°C a few showers. Partly sunny. Mild. Bloem: 15-26°C Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 19-29°C Mostly sunny. Warm. PE: 18-32°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...