Udlwengulwe phambi kwengane yakhe

2012-10-30 08:18

Durban - Kungakapheli zinsuku ezingakhi kuboshwe umdlwenguli ogwini oluseningizimu nesifundazwe KwaZulu-Natal, sekuphinde kwagadla omunye endaweni efanayo, ngokusho kombiko.

Esigamekweni sakamuva, umhlaseli udlwengule owesifazane, 23, phambi kukamama wakhe nengane yakhe.

Okhulumela amaphoyisa uLietenant Colonel Zandra Wiid uthe isigilamkhuba senze lokhu ngoLwesithathu ebusuku eMsinisini, ngemuva kokungena ngendluzula kulo muzi.

Ngemuva kokubashaya ngesibhamu, ube eseyalela ugogo ukuba aye ekhoneni nomzukulu, bangathi nkente kungenjalo uyababulala.

Ngemuva kokudlwengula isisulu, ube esedla phansi.



 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- The Witness

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
1 isiphawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-18°C Sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C Showers late. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...