Udilikajele kwababulale iphoyisa

2013-01-31 12:03

Bloemfontein - Bagixabezwe ngodilikajele abalisa ababili abasolwa ngokubulala iphoyisa eQwaqwa, ngesikhathi bevele eNkantolo yesiFunda yaseHarrismith, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

USergeant Mmako Mophireng uthe uTeko Mphuti, 26, waseMokgotlong, eLesotho noMalefetsane Nhlapo, 36, waseMakeneng, eQwaqwa, bagwetshwe ngoLwesine ngokubulala uConstable Pule Rasebakoa.

Ijaji uConnie Mocumie wengeze uMphuti ngeminyaka eyisishiyagalombili ngaphezulu, kwathi uNhlapo kwaba ngemihlanu ngokusebenzisa isihluku.

UMphuti uphinde wagwetshelwa ukungena kuleli ngokungemthetho.

URasebakoa waduka ngoMashi 8 nyakenye isidumbu sakhe saze satholakala ngoJuni 8 simbozwe ngamatshe ngasePhuthaditjhaba.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuboshwe iphoyisa ngelenkohlakalo eKapa

Emizuzwini eyi-31 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Sunny. Cool. Pta: 7-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Sunny. Cool. Bloem: 5-18°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 16-21°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 10-17°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...